Isolezwe
Sizombiwa isidumbu somholi waseNyonini
SIZOMBIWA singcwatshwe kabusha isidumbu somholi webandla lasezayoni, ichristian Catholic Holy Spirit in Zion, inyonini, udkt Thamsanqa Nkonyane odlule emhlabeni emasontweni edlule. Kuzokhumbuleka ukuthi udaba lokungcwatshwa kwakhe lube sematheni...
Read Full Story (Page 1)E-DURBAN University of Technology
ethekwini, izolo, intsha ibiphethe izingqwembe ezinemiyalezo ehlukene kukhunjulwa isehlakalo sangojuni 16, 1976, lapho intsha yabhukula yalwa ngokufundiswa ngolimi lwesibhunu ezikoleni zakuleli. Kulo mcimbi, obuhanjelwe ngundunankulu wakwazulu-natal,...
Read Full Story (Page 1)Ziyaqhubeka izinsongo ‘kowe-uber’ edutshuliwe
LIHLEHLISELWE ulwesithathu, ukuze umphenyi aqinisekise ukuthi kuyiqiniso noma kungamanga ukuthi bangaphandle ngoshwele abasolwa ababili, kwabathathu, abasolwa ecaleni elithinta umshayeli wemoto ekhokhelwa ngebanga elihambile nabagibeli...
Read Full Story (Page 1)4
YIZE ungeke uzixazulule zonke izinkinga zakho kodwa eziningi zazo ungakwazi ukuzisombulula inqobo nje uma uzosebenzisa ubuhlakani. Ungenza kahle kakhulu kulesi sikhathi uma nje uzosusa konke okukukhathazayo endleleni yakho ukuze yonke into ihambe...
Read Full Story (Page 1)Uwola izicoco umlingisi ongenise ekumodeleni
UMLINGISI wodumo lomkhokha: The Curse nesibongile and the Dlaminis, uzodumo Shange usekhuthaze abesifazane abakhulisa izingane ngabodwana ukungavumeli ukuthi ukubhimba kwesimo nobunzima bempilo yabo kubavimbe ukufeza okuhle abakufisayo. Uzodumo...
Read Full Story (Page 1)Kusolwa ‘isancinza’ ngokuthuna umholi webandla umndeni ungazi
ASAZIWA ukuthi singcwatshwe kuphi isidumbu somholi webandla lasenyonini, ichristian Catholic Holy Spirit in Zion, udkt Thamsanqa Nkonyane, obengumengameli waleli bandla odlule emhlabeni emasontweni amabili edlule, esemzini wakhe osethekwini. Kushone...
Read Full Story (Page 1)USUWEHLILE
Lungile Landela 031 308 2708 @isolezwenews Isolezwe www.isolezwe.co.za
Read Full Story (Page 7)Intukuthelo ngengane ezibhonqe yafa idle ama-chips
UFUNA kuphele ngezitolo zabokufika endaweni umndeni wentombazanyana yase-h2, esikhaleni, empangeni, kulandela ukuthi igule yashona kade idle amachips ngesonto. U-anele Nomagugu Tshabalala (2) kuthiwa ufike waqinisekiswa njengoseshonile ngesikhathi...
Read Full Story (Page 1)Ayingithusi eka-r1 million wokukhokhela ozongibulala: Phakel'umthakathi
VULA amehlo nezindlebe zakho ngalesi sikhathi ukuze ungaphunyukwa yithuba lokuhlanganyela nokusebenzisana nabanye abantu. Ngokuvula kwakho amehlo uzohlale umi ngomumo wazi kahle into okufanele uyenze ukufaka igxalaba ukuze niphumelele nonke nozakwenu...
Read Full Story (Page 2)'Ngeke kutatshwe ngomnqamulajuqu kajuni 30'
NJENGOBA usondela umnqamulajuqu wokuthi abakuleli ngaphandle kwezimvume bahambe eningizimu Afrika ngojuni 30, okuthiwa ubekwe abezinhlangano ezilwa nofuduko olungalawuliwe ezifuna ukuqondisa izwe, umnuz Nkosikhona ‘Phakelumthakathi’ Ndabandaba nongizwe...
Read Full Story (Page 1)Kulale izidumbu ezinhlanu kubukwa isundowns
NAMANJE akuvumi ukuthi bakukholwe okwenzekile abantu basensimbini, emayville, ngesonto ngemuva kokuba kudutshulwe abantu abangu-13 ebebehlezi bebuka ibhola endaweni yokucima ukoma yakuyona le ndawo. Isolezwe lithole ukuthi lesi sigameko senzeke...
Read Full Story (Page 1)Iminyaka engu-19 bephila kanzima kolindela emayville
BAVUTHA bengabaselwe futhi basabisa ngokungalubhadi ezikhungweni zokuvota ngonovemba 4 abahlali basemayville, ethekwini, abathi sekuphele iminyaka engu-19 beduve kolindela abangamagogogo. Abantu abahlala EDD Transit Cap, emayville bathi akukho...
Read Full Story (Page 1)Usecabanga ukushiya ubuthishela ofica indle njalo ekilasini
USECABANGA nokuyeka ukufundisa uthisha wasemlalazi Primary, eshowe, othi njalo uma kungumsombuluko ufica ngenkunzimalanga yedede egunjini lakhe lokufundisa. Lo thisha wesifazane eligodliwe igama lakhe uthe akasazi manje ukuthi athatheni ahlanganise...
Read Full Story (Page 1)Usminofu kwi-albhamu yokuhlonipha ujohnny Clegg
AYA ngokuvuthwa amalungiselelo ezinhlelo zokuhlonipha nge-albhamu ingqalabutho yomculi wakuleli ujohnny Clegg, ongasekho emhlabeni. Leli ciko lalingaconsi phansi kubathandi bomculo ngesigqi salo esithakwe ngomaskandi nekhono lokushaya indlamu. Lezo...
Read Full Story (Page 1)Intukuthelo kumphathiswa bephendulwa izichuse
SINENGE umphathiswa wezemfundo Kwazulunatal, umnuz Sipho Hlomuka, isinqumo somnyango kamgcinimafa sokujuba ozoqapha ngelokhozi ukusebenza kwemali kulo mnyango. Lesi sinyathelo somnyango kamgcinimafa sivevise uhlomuka, okhale ngokuthi ngisho...
Read Full Story (Page 1)BABALEKE
bashiya izithunzi, abanye baxhakathiswa amaphoyisa abokufika abebenkanise ediakona Centre, ethekwini, ngenkathi sebeqoqwa befakwa amabhasini beyiswa enkanjini lapho okuthiwe bazofike babhekwe khona ukuthi baseningizimi Afrika ngokusemthethweni yini
Read Full Story (Page 1)Iconsisa amathe imiklomelo yenkandla May 2026
SIKHUSHULIWE isiteki somjaho omkhulu wamahhashi kwinkandla May Horseracing ozokuba Kwanontshiza ku-ward 5, ngomgqibelo kusuka ngo-9 ekuseni. Ngonyaka odlule ihhashi elaphuma phambili, unxakanxaka, lahlomula u-r50 000 kanti nonyaka imeya yasenkandla...
Read Full Story (Page 2)Uphunyukwe wumlando kwichiefs
ISIGWEBO samakhadi aphuzi okuphele izinyanga sicathama siphuthisele umgadli wekaizer Chiefs, uflavio Da Silva, ngethuba lokuzifaka emlandweni wokuba ngumgadli wesibili waleli qembu lasenaturena oshaye amagoli eligi angu-10 nangaphezulu ngesizini...
Read Full Story (Page 1)Ubhodlela uqinisa idolo abebucs
IPHUPHO le-orlando Pirates elingafezekanga emdlalweni owandulela owokusonga isizini yebetway Premiership ngelokuqoqa amaphuzu agcwele phambi kwabalandeli emdlalweni wokugcina wasekhaya kodwa konke okunye kusahamba ngokohlelo. Lawa ngamazwi kakaputeni...
Read Full Story (Page 1)Ibucs isiwukhomba embombela ‘umcimbi’
UMPHUMELA ophambene nobulindeleke kwi-orlando Pirates, eyeke ithuba lokudla isicoco sebetway Premiership ngokucazelana ngamaphuzu nedurban City, uwubufakazi obuqanda ikhanda bokuthi unesisindo esingakanani emahlombe abadlali umthwalo wokuqeda indlala...
Read Full Story (Page 1)Bafuna iziqu zobudokotela osopolitiki abebegqoka amajazi
BAPHOKOPHELELE ukuthola iziqu zobudokotela osopolitiki bakwazulu-natal abebegqoka amajazi emfundo ephakeme kuleli sonto. Imeya kamasipala wasemgungundlovu, umnuz Mzi Zuma, kanye nowayeyimeya kamasipala waserichmond, umnuz Samora Ndlovu, bathe...
Read Full Story (Page 2)Umatlala angase ashaye ungqimphothwe ecaleni
ANGASE alivume icala usomabhizinisi, umnuz Vusimuzi "Cat" Matlala, oboshwe kanye nokhomishana wamaphoyisa omisiwe, ugeneral Fannie Masemola. Umbuso uveze ukuthi kunezingxoxo eziqhubekayo ezingaholela ekutheni umatlala avume icala elithinta ithenda...
Read Full Story (Page 1)Obehlohle amagoli angu-6 ushaywe ngenqindi wafa
USASHAQEKILE namanje umndeni wowesilisa wasethokazi, Kwanongoma, okuthiwa ushaywe womunye wesilisa ngequpha, washona, kubangwa eyokukora amagoli amaningi. Kulesi sigameko okuthiwa senzeke emajomela, Kwanongoma, ngolwesine olwedlule, kushone umnuz...
Read Full Story (Page 1)Usewudokotela ocwaninge ngomjolo wezitshudeni
UBUHLE nobubi bokuthandana kwezitshudeni emanyuvesi, yizona zethulo ezigqame ocwaningweni lukadkt Phumelele Basi ezifundweni zakhe zobudokotela asanda kuzethweswa yi-university of Kwazulu-natal (UKZN). Ngokuthweswa lezi ziqu ze-phd ye-gender...
Read Full Story (Page 1)Olwamanqamu ngePhala Phala
KUNGASE kuvuke upelepele ogqokweni azithole ebhekene nohlelo lokukhishwa esikhundleni umengameli Cyril Ramaphosa, njengoba inkantolo yezomthethosisekelo izokhipha isinqumo ngodaba lokuntshontshwa kwezishaqane zamadola asemelika epulazini lakhe iphala...
Read Full Story (Page 1)Uchaine ‘umfake enkingeni’ oweBafana
UKUPHULA amarekhodi kukanozinti we-orlando Pirates, usipho Chaine, kuleli qembu lasesoweto nakwipremier Soccer League (PSL) kungase kumthambisele inhliziyo kumqeqeshi webafana Bafana, uhugo Broos, uma eseqoka isikwati esizodlala kwindebe...
Read Full Story (Page 1)Umsakazi we-east Coast Radio uthweswe iziqu YI-UKZN
INTOKAZI engumculi yasejohannesburg, utyla, iphinde yaba ngundabamlonyeni futhi yanconywa njengomunye wosaziwayo abebegqoke kahle nakulo nyaka emcimbini wemfashini wasemelika owaziwa ngemet Gala. Lo mcimbi odonsa amehlo omhlaba kusuke kuhloswe ngawo...
Read Full Story (Page 1)UNaledi usecula elinye iculo ngemambazo
INTOKAZI yasenanda, unaledi Aphiwe igcine ixolisile ngeyakusho ngenkathi iqembu lesicathamiya elidume umhlaba wonke, iladysmith Black Mambazo, linqoba izindondo ezintathu emcimbini obungeledlule amametro FM Music Awards. Imambazo yanqoba izindondo...
Read Full Story (Page 1)I-durban City iqede ishobolo leminyaka iwina inedbank Cup
Mamelodi Sundowns (1) 3 Polokwane City (0) 0 IPHUPHO le-orlando Pirates lokuqeda indlala yesicoco seligi nokufa kwalo liwele ezandleni zekaizer Chiefs kulandela ukuwina kwemamelodi Sundowns kwipolokwane City emdlalweni webetway Premiership izolo...
Read Full Story (Page 1)Owayezenyeza ngomzimba wakhe usekhuthaza amantombazane
IZIMFUNDISO neziyalo azithola uma ehlangene nezinye izintombi nto ukuzohlolwa kwaguqula indlela ayezibuka ngayo, futhi kwamsiza nokuqeda ukuzenyeza ngenxa yendlela akhule umzimba wakhe ubukeka futhi wakheke ngayo. Unksz Sibahle Khuzwayo, owaziwa...
Read Full Story (Page 1)Isexwayiso kwabechiefs ngesiwelele
UMPHUMELA wesiwelele FC wakamuva ibhekene ne-orlando Pirates kwibetway Premiership kufanele usebenze njengesixwayiso kwikaizer Chiefs ngobunzima ezobhekana nabo emdlalweni webetway Premiership namuhla ngo-7.30 ebusuku, efree State Stadium,...
Read Full Story (Page 1)‘Belikhuza’ iphoyisa elibulawe endaweni yobumnandi
BABOSHWE ngalo usuku lwesigameko abesilisa ababili abasolwa ngokudubula babulale iphoyisa ebelingekho emsebenzini endaweni yokucima ukoma erichmond, ngesonto. Uconstable Njabulo Cebekhulu (32) okuvela ukuthi ungowokudabuka elovu, kuthiwa udutshulwe...
Read Full Story (Page 1)Ziyaphihlika ziyaphohloka ngamametro FM Awards ethekwini
BUZOBE bubuzwa ethekwini ubumnandi kule mpelasonto njengoba isize yafika impelasonto enkulu ebilindwe abaningi yomcimbi wezindondo amametro FM Music Awards. Umcimbi walo nyaka uzobanjelwa E-ICC ethekwini, ngomgqibelo. Kuwona kulindeleke ukuthi...
Read Full Story (Page 1)Isilo sikhuthaza intsha ukuthi ivote
IZIKHULU zekhomishini yezokhetho omnuz Mosotho Moepya noglen Mashinini zinesilo umisuzulu kazwelithini ophongolo ngolwesibili
Read Full Story (Page 1)Kuwe umuthi omkhulu ekulingiseni
NGAPHAMBI kokuba ingqalabutho yomlingisi, ucynthia Shange, idlule emhlabeni yakuveza ngo-2024, ukuthi kwake kwambulwa kwembeswa kuyo ngenxa yesifo sikashukela kangangoba yaze yanqanyulwa izinzwane. Ucynthia (76), oshonele kwesinye sezibhedlela...
Read Full Story (Page 1)KUSUKELA
kwesokunxele nguzakithi Nene ohlabane ngowekzn Sportsman of the Year, Mnuz Mntomuhle Khawula (umphathiswa wezemidlalo, amasiko nezobuciko E-KZN), Peace Mabe oyiphini likangqongqoshe wamasiko nezobuciko kuzwelonke, Mpho Mngomezulu oyimanaging Director...
Read Full Story (Page 1)IMINJUNJU NGOJUJU
UMHOLI WE-EFF, umnuz Julius Malema, uphume enkantolo ethelwe ngezibonkolo emva kokugwetshwa iminyaka emihlanu ebhadla ejele. Umalema uphume enkantolo maqede wakhwela wadilika emantshini emnike isigwebo kanye nakumshushisi. Umalema usole imantshi kanye...
Read Full Story (Page 1)Budida ikhanda ubufakazi ngephoyisa likamasipala elabulawa
UVEZE ubufakazi obusha ayengabuvezanga kwisitatimende esifungelwe sokuvuma icala, unongcebo Faith Ntombela, ecaleni lokubulawa komyeni wakhe, owayeyiphoyisa emkhandlwini wetheku, ucaptain Zwelakhe Thomas Ntombela. Umufi kuzokhumbuleka ukuthi...
Read Full Story (Page 1)UMDLALI
webanyana Banyana, ubambanani Mbane, osedlale imidlalo engu-100 eqenjini lesizwe
Read Full Story (Page 1)Umazibuko ushone egcizelela lapho ezofihlwa khona
ARIES: Mar 21 - Apr 19 IPHUPHO lakho lingakuyisa kude, inqobo nje uma uzolilandela, ukhombise umdlandla nokuzimisela. Uma unokuzethemba kukhona la ozoya khona empilweni yakho futhi izinjongo zakho zizofezeka. TAURUS: Apr 20 - May 20 QINISEKISA ukuthi...
Read Full Story (Page 2)Bakhalela ukubuyiswa kwethambo lofele erussia
UKHALELA ukubuya kwethambo lomyeni okuthiwa ushonele erussia, ngenyanga edlule, owesifazane wakwavukaphansi, emakhabeleni, ekranskop. Umnuz Sihle Makhaye (44), okuthiwa wayehambe nethimba labangu-13 ukuyosebenza erussia, ngodisemba nyakenye, kuthiwa...
Read Full Story (Page 1)Anginqwahile nengqungquthela YE-IFP: Hlabisa
UMHOLI WE-IFP, umnuz Velenkosini Hlabisa, usephumele obala wathi akavimbile ukuthi kube nengqungquthela yokukhetha ubuholi beqembu. Uhlabisa uthe okubambezele ingqungquthela wukuthi bafuna ukwenza isiqiniseko sokuthi kulandelwa yonke imigomo. Ukusho...
Read Full Story (Page 1)Isililo kugwetshwa iphoyisa elabulala kwisivimbamgwaqo
WEHLULEKILE ukuzibamba, wasikhihla isililo umndeni wowesilisa obengusigaxamabhande kamasipala wetheku izolo, inkantolo yesifunda ethekwini imgixabeza ngeminyaka engu45 ngecala lokubulala namabili okuzama ukubulala. Umandlenkosi Gumbi (50), ugwetshwe...
Read Full Story (Page 1)Isihluku ebulala intombi iphuma ephasikeni
KUSENZIMA ukwamukela isimo emndenini wowesifazane wasesakhamkhanya, edoringkop, Kwadukuza, okuthiwa ugwazwe wabulawa yisoka lakhe eqeda kubuya ephasikeni ngesonto. Kulesi sigameko kufe ngesihluku unksz Happy Mthethwa (35), okuthiwa ubulawe umsolwa,...
Read Full Story (Page 1)Ulongwe ufuna kungenelele umkhwanazi kwelikameyiwa
ULONGWE Twala usephumele obala wanxusa ukuthi kungenelele ulieutenant-general Nhlanhla Mkhwanazi, kanjalo nejaji umbuyiseli Madlanga, ukuze kuvele iqiniso ngokubulawa kukasenzo Meyiwa. Usho kanje encwadini ebonwe yisolezwe, elithole ngemithombo yalo...
Read Full Story (Page 1)Uvumbuke kwijozi FM umsakazi ochithwe ukhozi
UQALE ukuzwakala izolo emsakazweni ijozi FM, umsakazi ochithwe Ukhozi FM, uzeal Dladla, ozosakaza uhlelo lwasekuseni phakathi nezinsuku. Uzeal uzosakaza uhlelo ibig Breakfast Show engena ngo-6 kuya ku-9 ekuseni kanti uzoyisakaza ngokubambisana...
Read Full Story (Page 2)BEKUYINJABULO
yodwa kubaphathi bekaizer Chiefs bekwingqophamlando yomcimbi obusedaveyton, egoli, lapho bekwethulwa khona ngokusemthethweni ikaizer Chiefs Ladies ezogijima kwisafa Gauteng Sasol League
Read Full Story (Page 1)Kuphelile ukuqagela ngabasakazi bokhozi FM
KULINDELEKE ukuthi zande izinkinga zikamsongelwa kwisizini yesibili yomdlalo wamahlaya othi Isithembu sikamsongelwa isiqephu sokuqala salo mdlalo esizoqala ukukhonjiswa ngomsombuluko ozayo, kumzansi Magic (161), ngo-8 ebusuku. Umsongelwa (Andile...
Read Full Story (Page 1)‘Babuyelile emsebenzini’
ISHAYELWE ihlombe nayizinhlaka ezilwa nobugebengu emphakathini eyokuvuselelwa kwenkontileka kakhomishana wamaphoyisa Kwazulu-natal, ulieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi. Amaphoyisa akuqinisekisile ukuthi umkhwanazi usenikezwe inkontileka yeminye...
Read Full Story (Page 1)Kukhulekelwe umcimbi i-pre Easter Gospel
BEBEPHUME zinkalo zonke abefundisi bamahlelo ahlukene izolo, ngesikhathi kuzokhulekelwa umcimbi i-pre Easter Gospel Music Festival ezobanjelwa E-ICC Arena, ethekwini, kusasa kusukela ngo-5.30 ntambama. Lo mkhuleko ububanjelwe ehhotela ipavillion,...
Read Full Story (Page 2)Odilika abathathu kobephika ukuthi waqotha umndeni
KWEMBULWE izipoki ezibhubhudla imali esikhwameni esixhasa izitshudeni ngemali yokufunda ezikhungweni zemfundo, i-national Students' Financial Aid Scheme (NSFAS), ekubeni kuvela ukuthi sezafa. Lezi zipoki zivundululwe embikweni kamcwaningi Mabhuku...
Read Full Story (Page 1)Kuphelile ngengwenya yodumo Okhozini FM
SIZOVALWA yintokazi ephuma emsakazweni Igagasi FM, isikhala sika-ayanda Msweli, obesezakhele igama ngokwethula ezomgwaqo emsakazweni Ukhozi FM. Isolezwe liphinde lathola ngemithombo yalo ukuthi u-ayanda Msweli obedume ngelengwenya, inkontileka yakhe...
Read Full Story (Page 1)Izembe ligawule abangu-11 emsakazweni Ukhozi FM
KUVELA ukuthi bangu-11 abasakazi, ophrojusa nabasebenzi abakhale ngaphansi kulo nyaka emsakazweni Ukhozi FM, njengoba bekubuyekezwa kabusha izinkontileka zokusebenza. Emisakazweni ehlukene, ikakhulu engaphansi KWE-SABC, kulindeleke ukuthi kusuka...
Read Full Story (Page 1)Indida kubulawa isalukazi nomzukulu besazilile
UBUSATHI uzikhotha amanxeba ngesihlobo esibulawe ngesihluku, sabekwa endlini yaso yokugcina ngempelasonto edlule, umndeni wesaguga (84) esibulawe nomzukulu (13) emkhelekehleni, Kwangcolosi, ngolwesibili olwedlule. Lokhu kuvele ngomgqibelo, ngesikhathi...
Read Full Story (Page 1)Isihluku ebulala intombi phambi kwezingane
UKHALELA izimpendulo ezihlotsheni zikamsolwa, umndeni wowesifazane wasemabaleni, emahlongwa, emkhomazi, okuthiwa ubulawe ngesihluku uyise wezingane entathakusa ngesonto. Kulesi sigameko okuthiwa senzeke kubo kamsolwa egqolweni, kufe unksz Zinhle Khomo...
Read Full Story (Page 1)Umkhwanazi udedele abanye odalimende
UKHOMISHANA wamaphoyisa Kwazulunatal, ulieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi, ufake igiya eliya phambili ngesikhathi evele phambi kwekomiti lasephalamende elikhethekile izolo, lapho eneke khona ubufakazi obusha obungampintshela ekhoneni izikhulu...
Read Full Story (Page 1)OwoKhozi ‘uzicelele ushintsho’
SEKUVELE izindaba zokuthi ufuna ukususwa ohlelweni lwasekuseni emsakazweni ukhozi FM, usipho Mbatha, odume ngelikadj Sgqemeza kubalandeli bakhe. Usipho osakaza ivuka Afrika Breakfast Show kusuka ngo-6 kuya ku-9 ekuseni ngokubambisana nomroza...
Read Full Story (Page 1)Ziyaqhubeka izinhlelo zomcimbi ka’khethiwe’
AYAQHUBEKA amalungiselelo amaroyalty Soapie Awards okulindeleke ukuthi abuye nonyaka emuva kokungasingathwa nyakenye ngenxa yezizathu ezahlukene. Le miklomelo yasungulwa nguwinnie Ntshaba ongumlingisi ozakhele udumo kwigenerations: The Legacy neminye...
Read Full Story (Page 1)Izinxushunxushu uthishanhloko ‘esheba ibhizinisi lokungcwaba nokufundisa’
UZIBHALELE esikoleni esingumakhelwane izivivinyo ngolwesihlanu, u-matric wasesikoleni i-webbstown Combined, ecabazi, exobho, njengoba kuqhubeka umbhikisho wabazali abangeneme ngezinto ezehlukene ezenzeka esikoleni. Lokhu kuvezwe usihlalo wesigungu...
Read Full Story (Page 1)U-DJ ubonga ukubuya Kwa-israel engenamyocu
UVALO belumi ngenhla kudj wakuleli obesengcupheni yokuthelwa amachaphazelo njengoba ibambene ngezihluthu phakathi kweisrael, United States of America (USA) ne-iran. Le mpi esisesontweni layo lesibili isuswe wukugadla kwe-israel ibambisene NE-USA...
Read Full Story (Page 1)Bebethole ithenda ‘eyigodi lokufa’ osomabhizinisi abasocongiwe
KUSOLWA ithenda yezigidi zamarandi yokulungiswa komgwaqo u-p32 Helpmekaar wasemnambithi, ngokubulawa kosomabhizinisi ababili bakuyona le ndawo ngomgqibelo ebusuku. Isolezwe lithole ukuthi omnuz Lindokuhle Mkhwanazi (31) nomnuz Mndeni Nxumalo (43)...
Read Full Story (Page 1)Kuzoqopheka umlando kwipre Easter Gospel Festival
INDUMEZULU yedili lomculo wokholo, ipre-easter Gospel Music Festival, izogubha ukuqeda iminyaka eyisikhombisa yasungulwa enkosi Albert Luthuli International Convention Centre ethekwini ngomashi 28 kusukela ngo-5.30 ntambama. Umgqugquzeli walo mcimbi,...
Read Full Story (Page 1)Kungqongqiswe imizi yezangoma zinukwa ngokuduka kwengane
BAHLELI ngesinqe esisodwa abelaphi bendabuko abakhele imijondolo yasemarikana, ekokstad, kulandela ukushiswa kwemizi yabo wumphakathi odinwe wudaba lwengane elahlekile. Kuthiwa isiyisithupha imizi yabelaphi bendabuko eshisiwe kule ndawo kulandela...
Read Full Story (Page 1)Ubahubhe usexoshiwe eworkshop azakhele udumo kuyo
ARIES: Mar 21 - Apr 19 NGEKE uphumelele esimweni esinzima, kungenzeka kukucasule ukukhala nokubeka uvo lwakho. Uzothola ukuthi abanye bakuthatha kancane njengoba bekugxeka nangendlela oziphethe ngayo. TAURUS: Apr 20 - May 20 UKWENZA iphutha yinto...
Read Full Story (Page 2)Ingebhe yokugobhoza kwegazi ngenxa yokwebiwa kwemfuyo
SIMANZONZO isimo eweenen, ngaphansi kobukhosi benkosi usiphiwe Mvelase, ngenxa yokukhula mawala komkhuba wokwebiwa kwemfuyo. Lesi simo kuthiwa sesize saholela ekutheni kube khona ukusongelana phakathi kwezigodi ezihlukene ezingaphansi kwenkosi eyodwa....
Read Full Story (Page 1)Osaziwayo badube ichiefs esiwukudla kwenduku
ARIES: Mar 20 - Apr 20 ZINIKE isikhathi sokuthuthukisa ibhizinisi lakho. Kuningi okuhle ongakwenza ngesikhathi sakho esiseceleni ngakho-ke zimisele ngokwenza izinto eziyisa phambili ngokuba wenze izifundo ezithile ezizokulekelela kulokhu...
Read Full Story (Page 2)Uzochaza ngokuyamaniswa nokudliwa kwemali yebhange kwiqophamlando
ARIES: Mar 21 - Apr 19 UNGAZITHAKASELI kakhulu izinhlelo ezithinta imali ngoba zingakujabhisa. Bhekisisa ngaphambi kokuzibophezela ukuthi yini ongayizuza nokuthi kungakanani okungakulahlekela. Lesi akusona isikhathi esihle sokugembula. TAURUS: Apr 20 -...
Read Full Story (Page 2)Uphokophele ukuba ngumlingisi ophume kwibig Brother
UNEPHUPHO lokukhuthaza intsha yangakubo enanda, ukuthi iphokophelele amaphupho ayo ulangelihle "Ilano" Gumede, ophume ngenxa yevoti elincane ohlelweni i-big Brother Mzansi. U-ilano wasenanda nobengakufihlile ukuthi washintsha ubulili bakhe, uthe yize...
Read Full Story (Page 1)Impicabadala ngomlilo obhubhise inqwaba yezihlobo
USAZINWAYA amakhanda ngokuthi udalwe yini umlilo obhubhise izihlobo zawo, omunye wemindeni emithathu kwebhujelwe abayisishiyagalombili ngomgqibelo. Ezigamekweni ezimbili ezenzeke ezindaweni ezimbili ezehlukene esifundazweni, kushone...
Read Full Story (Page 1)Bekugqame imvunulo nemisiko yekhethelo kuvulwa isishayamthetho
ABAPHOXANGA abahlonishwa, izivakashi nabasendlunkulu ngesikhathi kuvulwa isishayamthetho sakwazulunatal, emgungundlovu, izolo. Usuku lokuqala luvulwe yingonyama yamazulu, isilo umisuzulu kazwelithini. Bekudlisa ingqephu abanye bevunule. Kube...
Read Full Story (Page 2)Isikole echilweni lothisha ‘ababhubhisa abafundi ngocansi’
BAVUTHA bengabaselwe abazali babafundi besikole sasemgababa, umnganiwakhe High, bekhala ngedimoni lothisha abasolwa ngokuzitika ngocansi nabafundi. Bathi lokhu sekubami emphinjeni manje futhi kumele kuphele nje nya, ngale kwalokho basonge ngokuthi...
Read Full Story (Page 1)









































































