Ilanga langeSonto

Saturday - 22nd February, 2025
Cover of Ilanga langeSonto

IBIZONYUSWA NGO-R150 IMPESHENI YEZALUKAZI, BESE KWELULWA ISIBONELELO SABANGASEBENZI

BHEKI NDLOVANA KUVELA ukuthi impesheni yezalukazi ibizokwenyuswa ngemali ethe xaxa kulesi sabelomali obekufanele sethulwe ePhalamende ngoLwesithathu kodwa sabhuntsha. Enkulumeni yesabelomali eputshukile, okubikwa ukuthi ibizokwethulwa nguNgqongqoshe...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 15th February, 2025
Cover of Ilanga langeSonto

Abazali baphoqe abahloli ukulungisa

oluka-principal 'obegweve nekhadi'

Read Full Story (Page 1)
Saturday - 8th February, 2025
Cover of Ilanga langeSonto

Sishaye kwezwela emiholweni yezisebenzi isinqumo sikaTrump

UNSWINYO loxhaso oluphakanyiswe nguMengameli waseMelika, uMnu Donald Trump (osesithombeni), selushaye kwezwela ezinhlanganweni ezingenzi nzuzo eNingizima Afrika, njengoba ezinye zezisebenzi sezitshelwe ukuthi ngeke zihole ezinyangeni ezintathu...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 1st February, 2025
Cover of Ilanga langeSonto

Kuyabuya ukucishwa kukagesi kuleli

INKAMPANI ephehla ugesi eNingizimu Afrika, i-Eskom, ithi makhulu amathuba okuthi kuphazamiseke ukusatshalaliswa kukagesi ngemuva kwezinyanga eziwu-10 ungacishwa. Esitatimendeni esikhishwe yile nkampani ngoLwesihlanu, ithi ngemuva kwempumelelo...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 25th January, 2025
Cover of Ilanga langeSonto

Sizolalelwa ngezinsuku ezimbili ezehlukene isicelo saseThala

UMNYANGO wezokuThuthukiswa koMnotho, ezokuVakasha, nezeMvelo KwaZuluNatal, ucacisa ngezinsuku ezimbili ezahlukene, iNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu ezolalela ngazo izicelo eziphuthumayo, ezithinta inkampani engaphansi kwalo mnyango, Ithala...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 18th January, 2025
Cover of Ilanga langeSonto

Yinqwaba yabantu ezochaphazeleka ngokuvalwa kwebhange Ithala

UKUVALWA kwebhange iThala, elingaphansi kweThala Development Finance Corporation Limited (IDFC), kubikwa ukuthi kuzobeka engcupheni imisebenzi yabantu ebalelwa ku-400, kanti futhi kuzochaphazela nenqwaba yabantu abalisebenzisayo, ikakhulukazi...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 11th January, 2025
Cover of Ilanga langeSonto

Uchitha umgcagco weSilo uNdlunkulu

UNDLUNKULU weSilo uMisuzulu kaZwelithini, ubudlelwano babo osebumuncu, usephumele obala ngokuthi uyawuchitha umshado weSilo noNdlunkulu omusha, uNomzamo “Masesi”, uMaMyeni. Leli phephandaba kalivumelekile ukumgagula undlunkulu ophikisa umshado ngenxa...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 21st December, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

Ingcindezi kumlingisi ozodlala ekanondindwa

UMLINGISI uvuma ingcindezi yokungena ezicathulweni angazazi ngokudlala indawo yowesifazane ophingayo futhi okhulelwe. UNtokozo Ngcobo - ozobonakala emdlalweni Icala S2 ozoqala ukukhonjiswa ngomhla ka-6 kuJanuwari - uchaza ngendawo kaPhilisiwe Goba...

Read Full Story (Page 1)
Saturday - 14th December, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

Amaqembu aphikisayo afuna icaciswe eyamaphoyisa eTheku

ISINYAKAZISE amaqembu aphikisayo KwaZulu-Natal indaba yamaphoyisa awu-500 asanda kuqashwa wuMasipala weTheku, njengoba efuna kwenekwe obala indlela esetshenzisiwe ngesikhathi eqashwa. Lo mnyakazo ulandela imvunge equbukile emuva kokusabalala...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 7th December, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

Sikhulu isililo ngokudlula kukasopolitiki

INGAKAPHELI inyanga kufihlwe amalungu eqembu uMkhonto Wesizwe Party (MKP) adlula emhlabeni ngemuva kwengozi yemoto eyenzeka eMtshezi ezinyangeni ezimbili ezedlule, ukufa sekuphinde kwagadla kuleli qembu njengoba kudlule obengamele ezokuxhumana kulo...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 30th November, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

Ugwetshwe udilikajele owabulala umyeni oyiphoyisa

Ufaith Ntombela wagcina elivuma leli cala emuva kokucula kwenkabi ayiqasha ukusoconga usigaxamabhande

Read Full Story (Page 1)
Saturday - 23rd November, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

Owokhozi FM usengene ebhizinisini lamaphinifa

Uthi awakhe athengwa kakhulu ngabesilisa, beyophakamela amakhosikazi ngoba asesitayeleni

Read Full Story (Page 1)
Saturday - 16th November, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

‘Abanini bezipaza ezephula umthetho bazoshushiswa’

UNDUNANKULU wakwazulu-natal umnu Thami Ntuli uhlangane nezimeya zomasipala bakulesi sifundazwe ngenhloso yokucaba indlela eyaphambili ukulwa nezinkinga ezithinta izitolo ezingama-spaza nendlela okumele abanikazi bazo baqhube amabhizinisi abo. Lo...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 9th November, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

KUBOSHWE ABAWU-8 ABEBEZENZA AMAPHOYISA EJOZINI

AMAPHOYISA akwazulu-natal, abophe abalisa abawu-8 abatholakale nezibhamu ezingekho emthethweni, izinhlamvu zezibhamu, nomfaniswano wamaphoyisa. Laba balisa babanjwe ejozini, enyakatho-mpumalanga yekwazulu-natal, ngolwesine ebusuku. Amaphoyisa athi...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 2nd November, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

'UBE YIMPUMELELO' UMHLANGANO KADUMA NABAMATEKISI

UNGQONGQOSHE wezokuthutha Kwazulu-natal, umnu Siboniso Duma usechaze njengobe yimpumelelo umhlangano abe nawo nabanikazi bamatekisi ahamba amabanga amade ethekwini, ngolwesine. Bese kuphele izinsuku ezintathu, amatekisi ahamba amabanga amade esuka...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 26th October, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

UZUMA WEXWAYISA ABABHIKISHELA IQEMBU

UMENGAMELI wemk Party, umnu Jacob Zuma ukhuza amalungu aleli qembu abhikishela ukuthi kukhona abathi besanda kujoyina besuka kwamanye amaqembu, bese benikwa izikhundla. Uthi laba ababhikishayo kubonakala sengathi bajoyine IMK Party ngezizathu...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 19th October, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

Kuphenywa ‘olala’ nezitshudeni EMUT

UMPHATHI wesikhungo semfundo ephakeme emlazi, eningizimu yetheku, imangosuthu University of Technology (MUT), unolwazi Nokuthula Sibiya (osesithombeni), usefake ingcindezi ethimbeni elenza uphenyo ngomunye wothisha abafundisa kulesi sikhungo, osolwa...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 12th October, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

I-DA ITHI NGEKE INCETHEZE NGOLWE-NHI NE-BELA

I-DA iphumele obala ngezinto engavumelani nazo kuhulumeni wenhlanganisela ngesikhathi iphawula ngezinsuku eziyikhulu iyingxenye yalo hulumeni. Umnu John Steenhuisen, ohola leli qembu, uthe nakuba bezimisele ngokuthi lo hulumeni usebenze futhi ubeke...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 5th October, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

BANGAPHEZULU KUKA-17 ABAFUNA U-R370 KUHULUMENI

SENYUKE ngendlela emangalisayo isibalo sabafake izicelo zesibonelelo sikahulumeni sabantu abangasebenzi, esiwu-r370, esibizwa ngesocial Relief of Distress (SRD). Kubikwa ukuthi ngomandulo (September) bangaphezu kuka-17 million abantu abafake izicelo...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 28th September, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

I-MK ISOLA UKUGXAMBUKELA NGOKUMISWA KUKAHLOPHE KWIKHOMISHANA YAMAJAJI

ngaphansi kwentando yeningi ukuba akhishwe esikhundleni, ukuba abe kule khomishana emqoka. Le khomishana yiyona eyenza izinhlolokhono zalabo abafuna ukuba ngamajaji futhi yiyona eqondisa ubugwegwe emajajini aphuma endleleni yokuziphatha kulesi...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 21st September, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

KUNTWELA EZANSI NGENKINGA YEZINDLEKO EZIPHEZULU

KUNTWELA ezansi ngenkinga yezindleko zokuphila eziphezulu kubathengi baseningizimu Afrika, njengoba kubukeka eza nokukhanya amaholide kazibandlela (December) nonyaka ukuqhathanisa naweminyaka embalwa edlule lapho isimo besimnyama khona. Isimo...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 14th September, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

Bacasulwa wukuyanyaniswa nokubulawa kwabawu-7 abafelwa ngabakhongi

UKHALA ngokubhecwa ngobende inyama ungayidlanga umndeni wakwadlamini, esigodini sakwagudlucingo, ngemuva kokuyanyaniswa nokubulawa kwamadodana akhona amabili nesigameko sokubulawa kwamalungu ayisikhombisa omndeni wakwakhambule echibini, ehlokozi,...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 7th September, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

Undunankulu ulalele izikhalo zezisebenzi zamafemu Kwasithebe

UNDUNANKULU wakwazulu-natal, umnu Thami Ntuli, ugasele emafemini Kwasithebe, emandeni, ehambisana nezinhlaka okubalwa kuzo namaphoyisa, beyohlola ukuthi abaqashi bayayilandela yini imithetho yokusebenza. Ugasele kungazelelwe kulawa mafemu izolo...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 31st August, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

Lenyukile izinga lokuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane

LENYUKILE izinga lokuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane eningizimu Afrika. Umbiko wamaphoyisa wezinombolo zamacala obugebengu abikiwe ezweni kusukela ngombasa (April) kuya kunhlangulana (June) nonyaka uveza ukuthi awu-966 amacala okubulawa...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 24th August, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

KUKHALWA NGOKUKLANYWA KABUSHA KWEMINGCELE

KUSENOKUKHATHAZEKA ngohlelo lokuklanywa kabusha kwemingcele yomasipala abehlukene ezweni. Ikomidi eliqondene nezokubusa ngokubambisana nebuholi bomdabu ephalamende lizwakalise ukukhathazeka ngokunganakwa ngendlela efanele kwezikhalo elizethule...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 17th August, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

KUPHELA IMINYAKA EWU-12 KWABULAWA ABASEMARIKANA

ZISABHIBHA izilonda emindenini yezisulu zesibhicongo sasemarikana, erustenburg, enorth West, eziwu-34 ezasala enkundleni zidutshulwa ngamaphoyisa ngomhla ka-16 kuncwaba (August) ngo-2012. Kulesi sigameko, abavukuzi basemayini ababetelekile ngenxa...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 10th August, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

Kuboshwe izigelekeqe zamakhadi ethekwini

AMAPHOYISA angaphansi kukamasipala wetheku abophe izigilamkhuba ebezizitika ngokubamba inkunzi abesifazane ezinxanxatheleni zezitolo ezahlukene ethekwini namaphethelo. Kubikwa ukuthi lezi zigilamkhuba zibambe inkunzi cishe abesifazane abawu-30 kulezi...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 3rd August, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

UMKHANDLU WETHEKU UPHASISE UKUQHUBEKA KOHLELO LWE-EPWP

INDABA yohlelo lwemisebenzi yomphakathi, i-expanded Public Works Programme (EPWP), ingenye yezinto ezidingidwe emhlanganweni womkhandlu kamasipala wetheku obukuleli sonto. Umkhandlu uthathe isinqumo sokuba lolu hlelo luqhutshezelwe esigabeni esisha...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 27th July, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

Kuqopheke umlando ngomandisa Maya

KUQOPHEKE umlando eningizimu Afrika ngokuqokwa kowesifazane wokuqala ngqa ukuphatha isikhundla sokuba yinhloko yabehluleli (Chief Justice) ezweni. Sekusemthethweni ukuthi umehluleli umandisa Maya (osesithombeni), uzongena kulesi sikhundla ekuqaleni...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 20th July, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

Kubhekwe uguquko lwezomnotho nempilo engcono kuhulumeni

UGUQUKO oluza nempilo engcono, ukusimama komnotho, ukwanda kwamathuba emisebenzi nokuncipha kobuphofu, ngezinye zezinto abantu baseningizimu Afrika asebezibhekile eminyakeni eyisihlanu ezayo, njengoba zithenjiswe wuhulumeni omusha. Lezi zinto zigqame...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 13th July, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

I-NPA IPHENYA NGOKUPUTSHUKA KOBUFAKAZI NGENKOHLAKALO YASEBHANGE I-VBS

UPHIKO lwezokushushisa eningizimu Afrika, inational Prosecuting Authority (NPA), seluqale uphenyo ngokuputshuka kwesitatimende esifungelwe esibhalwe yilowo othathwa njengobhongoza ekuntshontshweni kwemali yasevbs Mutual Bank, elimpopo. Lesi...

Read Full Story (Page 2)
Saturday - 6th July, 2024
Cover of Ilanga langeSonto

'Bazolawulwa yimigomo YEGNU ongqongqoshe'

UNGQONGQOSHE ehhovisi likamengameli, unkz Khumbudzo Ntshavheni, uthi ongqongqoshe abavela emaqenjini akhe uhulumeni wenhlanganela (GNU) kabavumelekile ukuqhamuka noma ukusebenza ngemiqulu yamaqembu abo emsebenzini wabo, ngapha-ndle kokuvunyelwa...

Read Full Story (Page 2)